Undwendweni wenzani?

Ndwendweni umuthi othakwe neminye imithi ukuze uthole ukuhlonishwa emsebenzini, uthole isikhundla, undwendweni uyathakwa ne ntindili ukuze kwakhiwe umuthi wemali. Umlunge vs undwendweni izigqqa azifani, isigaqa somlunge siba sinye kuthi sandwendweni zibe ninganyana zibambelelane. Ungadideki la. Undwendweni unesigaqa esibovu. Ungakhi umuthi ongeyiwo lemithi icishe ifane, angeke uwuchaze umahluko ngamagama

Ukuqeda iphunga elibi emzimbeni ikhambi lethu undwendweni linyangena ekukhipheni isichitho sephunga lithakwa neminye imithi. Udwendweni uyangena emithini yenhlanhla ukubiza inhlanhla ngayoyonke indlela lapho usuke uhambisana neminye yalemithi: Mzaneno, Vuma, Inhlamhla emhlophe, Ndlelazimhlophe ... Kanye neminye imithi.

Ukwakha isigubhu

undwendweni uyangena esigujini: uma ufuna ukuthenga undwendweni ngithinte

Vula izinto zakho ezivalekile ngondwendweni

Ndwendweni umuthi oyimpande eziyigaqa ungaze uthi wu garlic uma ungazi, uma usebenzisa undwendweni okuhle nokubi kuzoza kuwena, ngiyazi sewuthukile, impela kunjalo, ingakho kubalulekile ukuthi uxoxe nawo undwendweni uwutshele uwusebenziselani. Ingakho futhi kubalulekile ukuthenga umuthi othakiwe noma uwuthenge kumelaphi, ukuze uzothola imiyalelo yomuthi wakho. Ake sidlule lapho. Sibuyele kundwendweni.
Vula izinto zakho zibe zinhle ulandelwe okuhle kodwa Ake sixoxise undwendweni kuqala singaze sidale izinkinga. Phahla uxoxe nondwendweni uwutshele ukuthi uzokwenzani ngawo. "Ngifuna kuvuleke izinhlanhla nezinto zami zikhanye bha", Emva kwalokho usunga phalaza, ugeze izinsuku ezintathu.

Shaya umthakathi

Uyakujwayela ngempela lomthakathi wangakini. Thatha lemithi Phahla ukhulume usho ukuthi ufuna umthakathi lona okuthakathayo naye abanye abathakathi bamthakathe zivele zikhale nakuyena. Uthathe umuthi wakho ufuthe izinsuku ezimbili, Emva kwalokho uchele igceke lakwakho, ayi inkosi impela lona oganga kwakho bazomthakatha naye, baze bamhlanyise noma bambulale.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngicela intindili edonsa imali plz cela price yayo
167 posts
Reply
I need more information about life and money
167 posts
Reply
Umuthi wa ku donsa imali me ku visa umuntu ase sibedlela ne ku hloniswa please
167 posts
Reply
Umuthi wa ku donsa imali me ku visa umuntu ase sibedlela ne ku hloniswa please
167 posts
Reply
Umuthi wa ku donsa imali me ku visa umuntu ase sibedlela ne ku hloniswa please
167 posts
Reply
?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Izincazelo zemithi